Jump to content

ilanga

Kubuya ku Wiktionary
Image
ilanga, lithwetshulwe iSkylab 4.

IsiZulu

[hlela]

uMsukagama

[hlela]

Elithi ilanga livela olimini olwandulela isiNtu kwelithi langa

Ibizonto

[hlela]

ilanga (ubuningi amalanga)

  1. Indikimba esemkhathini eseduze noMhlaba ekhanyayo eyinkanyezi
    • Singaba yini ngaphandle kokukhanya kwelanga
      what will we become without the sun
  2. inkathi eqala ekuseni kuze kube ntambama
    • siyosebenza amalanga amathathu
      we will work three days

Amagama amqondofana

[hlela]

Umuhla, usuku,

Amagama asuselwa kulo

[hlela]

Umlanga, ilangabi, isilangalanga, langalelo, uLangalibalele, langalinye, langathize, inkunzimalanga, ukushona kwelanga, ukuphuma kwelanga, amalanga awafani, phumalanga sinothe, impumalanga, intshonalanga, ihwelanga, unomalanga, malangashona, mihla namalanga, uzungezohlelo lwelanga, undlebe zikhanyilanga

Izuhumusho

[hlela]

Imithombo yolwazi=

[hlela]
Wikipedia logo
Wikipedia logo

IsiXhosa

[hlela]

Elithi iLanga livela olimini olwandulela isiminya kwelithi langa

Ibizonto

[hlela]

iilanga (ubuningi amalanga)

  1. indikimba esemkhathini eyinkanyezi
  2. inkathi eqala kusasa iphele makuhlwa

IsiNdebele

[hlela]

Elithi ilanga livela olimini olwandulela isintu kwelithi langa

Ibizonto

[hlela]

ilanga (ubuningi amalanga)

  1. indikimba esemkhathini ekhanyayo emini
  2. inkathi eqala ekuseni iphele ntambama

IsiSwati

[hlela]

Elithi ilanga livela olimini olwandulela isintu kwelithi langa

Ibizonto

[hlela]

ilanga (ubuningi amalanga)

  1. indikimba esemkhathini ekhanyayo emini
  2. inkathi eqala ekuseni iphele ntambama

Ukuhunyushwa

[hlela]